1/22
Zonke izinhlonze namalungiselelo emviwo we-Grade 9 IsiZulu ahlanganisa izinkondlo nohlelo lolimi.
Name | Mastery | Learn | Test | Matching | Spaced | Call with Kai |
|---|
No analytics yet
Send a link to your students to track their progress
Washonaphi Unembeza (Indikimba)
Ukulahlekelwa unembeza kubantu, ubugebengu.
Washonaphi Unembeza (Umoya)
Ukukhathazeka nobuhlungu.
Washonaphi Unembeza (Isimo sembongi)
Idangele, ikhathazekile futhi iyabuza.
Washonaphi Unembeza (Isifundo)
Abantu mabayeke ukwenza okubi futhi babuyele ekuziphatheni kahle.
Amathuluzi enkondlo
Imvumelwano (rhyme), ukuxhumana (linking), isifaniso (comparison), isizura (pause).
Usuku Lokuzalwa (Indikimba)
Ukugubha usuku lokuzalwa.
Usuku Lokuzalwa (Umoya)
Injabulo nokujabula.
Usuku Lokuzalwa (Isifundo)
Kufanele sijabulele impilo futhi sigubhe izikhathi ezibalulekile.
Izivumelwano (Concords)
Umuntu (→ u-), Abantu (→ ba-), Isitambu (→ si-), Izinkobe (→ zi-).
Ubuningi (Plural)
Umu (→ Aba), Isi (→ Izi), Ili (→ Ama), In (→ Izin).
Ondaweni (Locatives)
Ukuguqula amabizo: -i (→ -ini), -a (→ -eni), -u (→ -wini).
Ongumnini (Possessive)
Wami (my), wakhe (his/her), wakho (your).
Izihlanganiso (Conjunctions)
Ngoba (because), kodwa (but), ukuze (so that), futhi (and).
Imibuzo (Question words)
Ubani (who), Yini (what), Kuphi (where), Nini (when), Kungani (why).
Izimpawu zokubhala (Punctuation)
Ungqi (.), Umbuzi (?), Isibabazo (!), Ukhefana (,).
Izinciphiso (Diminutives)
Ukwenza igama libe ncinane, isibonelo: Isandla → isandlana, Indlu → indlwana.
Izikhuliso (Augmentatives)
Ukwenza igama libe khulu, isibonelo: Ikhanda → ikhandakazi, Isandla → isandlakazi.
Unembeza
Conscience.
Umalugaju
Serial killer.
Inkemba
Dagger.
Isifaniso
Comparison.
Ukuxhumana
Linking noma repetition.
Imvumelwano
Rhyme.